Ngi yafakaza, Nkulunkulu wami ukuthi ungidalele ukuba ngi kwazi nokuba ngi Ku konze. Ngi ya qinisa, kulo mzuzu, ukuthi angi namandla wena u namandla onke, nokuthi ngimpofu mina u cebile Wena.
Amukho omnye u Nkulunkulu ngaphandle Kwakho, U wu Msizi e ngozini, U zimele ngo Kwakho.
- Bahá’u’lláh